
Sdakiwe Sbali lyrics
[Intro]
Kanti yini kwamnandi kangaka lana
Kanti yini kwamnandi kangaka...
Nami angizenzi...
Kumnandi lana
.....
[Chorus]
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe sdakiwe sdakiwe Sbali uDecember
Sdakiwe sdakiwe sdakiwe Sbali soy'khokhela
[X2]
[Verse 1]
Ayibo Sbali
Ayibo Sbali, ngiyakukhuza
Ayibo Sbali
Ayibo Sbali
Bengithi ngiwuyekile umjolo, sengikhathele
Ngahamba ngayodans'izolo, kant'angazi
Yasho, yasho, yash'ingoma Sbali
Yadlala, yadlala, yadlal'ingane sbali
Ngathi swiper, thatha
Imina ozokukhokhela Dali
Ayi uyangichaza, iqede ngizoyikhokhela
Ngicel'ukudansa nawe
Ngifun'ukuhamba nawe kuze kuse ekuseni
Uyangichaza
Imnand'ingoma Sbali
Vul'ibhodlela Sbali
Sivele sidanse noDali, sibemanzi
Ayibo kumnandi lana
Ngeke ngihambe lana
And ngeke ngiyek'ukujola (ngeke)
Ayibo kumnandi lana
Mina ngeke ngihambe lana
Ekhaya ngizoba bona ekuseni
[Chorus Repeat]
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe sdakiwe sdakiwe Sbali uDecember
Sdakiwe sdakiwe sdakiwe Sbali soy'khokhela
[X2]
Ayibo Sbali
Ayibo Sbali,ngyakukhuza
Ayibo Sbali
Ayibo Sbali
[Bridge / Outro]
Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana [X2]
Ayibo Sbali [X2]
Nami angizenzi (Nami angizenzi)
Angikwazi, angikwazi, angikwaz'Sbali Ukuyekhaya early kangaka
Ngishiye utshwala obuningi kangaka
Angikwazi, uMalume, uMalume
Yangifonela uth'angiphathe ibhodlela lakhe likaDecember [X2]
Nami angizen